Dlulela kokuphakathi

EPHRELI 16, 2018
YINI ENTSHA

Kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha NgoLimi Lwezandla LwaseNdiya

Kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha NgoLimi Lwezandla LwaseNdiya

Ngo-Ephreli 14, 2018, kukhululwe incwadi yeBhayibheli kaMarku yoLimi Lwezandla LwaseNdiya ethathelwe kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele. INguqulo Yezwe Elisha, ephelele noma eyingxenye, isihunyushwe ngezilimi ezingu-164.