Dlulela kokuphakathi

EPHRELI 23, 2018
YINI ENTSHA

Kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha Yolimi Lwezandla LwasePeru

Kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha Yolimi Lwezandla LwasePeru

Ngo-Ephreli 22, 2018 eLima, ePeru, kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele Yolimi Lwezandla LwasePeru enezincwadi ezimbili uMathewu noJohane. INguqulo Yezwe Elisha ephelele noma eyingxenye, isihunyushwe ngezilimi ezingu-165.