Ungathanda ukufunda lesi sihloko ngalolu limi: %%?
I-JW LIBRARY
Imibuzo Evame Ukubuzwa—I-JW Library (Windows)
Imibuzo Evame Ukubuzwa—I-JW Library (Windows)
I-JW Library isebenza kule mishini elandelayo:
Ama-tablet nama-computer eWindows 8
Sicela uphawule ukuthi ngeke zisathuthukiswa izinhlelo ezisebenzisa iWindows 8.0. Shintshela kuWindows 8.1 noma kweyamuva ukuze uthole izinhlelo ezithuthukisiwe nezincwadi ezengeziwe.
Ama-phone asebenzisa iWindows Phone 8 noma eyamuva
Awekho amalungiselelo enziwayo okuba isebenze kule mishini elandelayo:
Ngemva kwesikhathi esithile kuba nezilimi ezintsha ezikhululwayo. Ukuze ubone uhlu lwezilimi ezikhona encwadini ethile, chofoza inkinobho ethi Ulimi.
Imibala elapho ihambisana namaqoqo angu-8 achazwe e-Mbuzweni 19 wencwajana ethi ISethulo SeZwi LikaNkulunkulu.
I-JW Library ngokuyisisekelo isebenza ngendlela efanayo kuwo wonke ama-operating system. Nokho, uma kufakwa okusha noma kuthuthukiswa i-app, kungase kwenziwe ngezikhathi ezingafani kuye ngokwama-operating system.
Sicela ugcwalise futhi uthumele ifomu lethu lombono wakho elikuyi-Internet. Leli fomu akulona elokucela usizo mayelana ne-app noma nomshini wakho.