Izindaba Zokuphila ZoFakazi BakaJehova
Emhlabeni wonke, amadoda nabesifazane benze ukukhonza uJehova kweza kuqala ekuphileni kwabo. Ukulandisa kwabo kuzokukhuthaza kuqinise nokholo lwakho.
Izindaba Zokuphila Komagazini Bethu
Thola amalinki ukuze uvule uhlu lwezindaba zokuphila zoFakazi BakaJehova ezingamakhulu ezinyatheliswe komagazini bethu iNqabayokulinda nePhaphama! kusukela ngo-1955.
UKARL RIETZ
Ngibonile Ukuthi Isandla SikaJehova Asisifushane.
Kule minyaka eminingi edlule, uKarl uye wazibonela isandla sikaJehova lapho kwandiswa isakhiwo sePrintery ukuze sihambisane nesidingo esikhulayo sezincwadi ensimini.
UPETER HAMADEJ
UJehova Usisizile Senza Izinqumo Ezihlakaniphile
UPeter nomkakhe, uLenka, babhekane nezinselele kukho konke ukuphila kwabo. Ngosizo lukaJehova, benza izinqumo ezihlakaniphile phakathi nezikhathi ezinzima.
UCAROL APPLEBY
UJehova Wangisiza Ngakhulisa Izingane Zami Ezinhlanu
UJehova wamsiza uCarol ukuba anqobe izimo ezinzima eziningi njengoba ayekhulisa izingane zakhe ukuze zibe oFakazi abathembekile.
UVIRGILIJUS PUDŽIUVYS
UJehova Uhlale Eyenza Indlela Yokuphuma
Naphezu kokushushiswa, ukucindezelwa uhulumeni nokugqunywa iminyaka ejele, uVirgilijus nomkakhe bambona uJehova ephendula imithandazo yabo izikhathi eziningi lapho becela usizo.
U-OLEH RADZYMINSKYI
Ijele Alikwazanga Ukungihlukanisa NoJehova
Indlela u-Oleh amethemba ngayo uJehova yavivinywa lapho esesikoleni, esejele nalapho ebhekene nesimo esibucayi sezempilo. Funda ukuthi u-Oleh wahlala kanjani ethembela kuJehova kukho konke ukuphila kwakhe.
UWARREN REYNOLDS
Ngiyabonga Ngokuthi Ngakhetha Umsebenzi Okahle
UWarren nomkakhe, uLeann, baye babona indlela uJehova asiqeqesha ngayo lapho samukela ngokuzithandela imisebenzi asinika yona.
UKAMAL VIRDEE
“Ngangilokhu Ngifuna Wonke Umuntu Aphathwe Ngobulungisa”
UKamal nodadewabo ababili baphikiswa kanzima futhi baphathwa ngokungenabulungisa. Kodwa wayithola impendulo yakho konke ukungabi nabulungisa futhi usekhonze uJehova ezabelweni ezahlukahlukene ngenjabulo.
U-IBOLYA BARTHA
Ngamzuza Umyeni Wami “Ngaphandle Kwezwi”
U-Ibolya wabekezelela ukuphikiswa umyeni wakhe iminyaka engu-13. Kukho konke lokho, wafunda ukuthi akuzona izimo kuphela ezingashintsha kodwa nabantu nabo bangashintsha.
U-ELFRIEDE URBAN
Izibusiso Zokuba Isithunywa Sevangeli
U-Elfriede wawufeza umgomo ayenawo kusukela esemncane wokuba isithunywa sevangeli. Manje nakuba sekuphele iminyaka engu-55, uyaqhubeka efundisa abanye ngoJehova ngisho noma ebuye abhekane nezikhathi ezinzima nezimo ezishintshayo.
UDAVID MAZA
Umndeni Owabhekana Nosizi, Waphinde Wajabula
Indlela uhambo olude nolunzima lomunye umndeni olwaba ngayo isikhuthazo kwabanye ukuze babe nethemba futhi babe nokholo kuJehova.
UJESÚS MARTÍN
“UJehova Wangisindisa Ebunzimeni Obukhulu”
Kusukela eminyakeni ayichitha ehleli yedwa ejele elibandayo nelimnyama kuya eminyakeni yomsebenzi owanelisayo enkonzweni yesikhathi esigcwele, uJesús wafunda ezintweni abhekana nazo ukwethembela emandleni kaJehova.

Siyaxolisa, awekho amagama afana nalawo owakhethile.