PHAPHAMA! No. 2 2019 | Izinto Eziyisithupha Okufanele Zifundiswe Izingane
Izinto Eziyisithupha Okufanele Zifundiswe Izingane
Ufisa ingane yakho yaziwe njengomuntu onjani lapho isikhulile? Njengomuntu:
Okwazi ukuzibamba
Othobekile
Ophikelelayo
Ozimele
Ovuthiwe
Othembekile
Izingane zidinga ukuqeqeshwa ukuze zibe nobuntu obubaliwe. Zidinga usizo lwakho.
Lo magazini uzoxoxa ngezinto eziyisithupha ezibalulekile ongazifundisa izingane zakho ukuze zibe abantu abadala abakahle.
Izinzuzo Zokufunda Ukuzibamba
Kungani ukufunda ukuzibamba kubalulekile, futhi ungakufunda kanjani?
Ukuthobeka
Ukufunda ukuthobeka kuzoyisiza ingane yakho manje nasesikhathini esizayo.
Ukuphikelela
Izingane ezifunda ukuphikelela zisencane ziyakwazi ukubhekana nezinkinga kangcono lapho sezikhulile.
Ukuzimela
Ingane ifunda nini ukuzimela, isencane noma isindala?
Izinzuzo Zokufunda Kubantu Abadala
Izingane ziyasidinga isiqondiso ekuphileni, kodwa zingasitholaphi?
Ukubaluleka Kokuziphatha Kahle
Ukufundisa izingane zakho ukuziphatha kahle kuzozisiza lapho sezikhulile.
Okunye Okungasiza Abazali
Abazali nabo badinga isiqondiso esizokwenza ukuphila kujabulise. Ukuze uthole okwengeziwe ngena ku-jw.org/zu.