INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2025

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoJanuwari 5–​Febhuwari 1, 2026.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 44

Qhubeka Ujabule Ngisho Noma Sewugugile

Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 5-11, 2026.

Kufanele Yini Ngiyeke Ukushayela?

Thola ukuthi yiziphi izinto ezingakusiza unqume ukuthi kufanele yini unciphise izikhathi oshayela ngazo noma uyeke ngokuphelele ukushayela.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 45

Hlale Ujabule Njengoba Unakekela Osekhulile Noma Ogulayo

Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 12-18, 2026.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 46

Cabanga NgomPristi Wethu Ophakeme Onozwela—UJesu

Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 19-25, 2026.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 47

‘Uyigugu Kakhulu’!

Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 26–​Febhuwari 1, 2026.

‘Gcinani Umoya Wobunye’

Ngamunye wethu unendima ayidlalayo ekulondolozeni ubunye ebandleni. Yini esingayenza lapho othile ebandleni esiphatha kabi?

Usizo Lwabesifazane Abahlukunyezwayo

Thola ukuthi ipheshana elinesihloko esithi “Ukuphepha Kwabesifazane​​—⁠Umbono WeBhayibheli” lihanjiswe kanjani ezindaweni ezihlala abesifazane abahlukumezekile.

Imibuzo Evela Kubafundi

Yimuphi “umqondo” uJehova ayowufaka ezinhliziyweni zezizwe esikhathini esizayo esiseduze?

Sebenzisa ‘Isipho Sakho Esivela KuNkulunkulu’

Singasisebenzisa kanjani ngokugcwele ‘isipho sethu esivela kuNkulunkulu’?