Isidingo Sokwazi UJehova
Dawuniloda:
1. Sadalwa s’nesidingo
Sokwaz’ uMdali wethu:
S’thol’ injongo yokuphila
Nok’phil’ okungcono.
Abanye bayacinga,
Bakhohlw’ iZwi likaJah—
Ukufunda ngoJehova
Kwenza sijabule.
(CHORUS)
Mdali ngiyak’dumisa
Ngokukhanya kweZwi lakho.
Mina ng’philela wena,
Uyang’nakekela.
Ng’zozondla ngeZwi,
Ng’kwazi kangcono.
2. Kumele ng’ziph’ is’khathi,
Ng’zindle ngengik’fundile.
Uk’gxilisa iqiniso
Kwenza ng’khululeke.
Sengath’ abanganaki,
Bangafunda ngoMdali.
Bazozizwa benok’thula,
Nabo bajabule.
(CHORUS)
Mdali ngiyak’dumisa
Ngokukhanya kweZwi lakho.
Mina ng’philela wena,
Uyang’nakekela.
Ng’zozondla ngeZwi,
Ng’kwazi kangcono.
Mdali ngiyak’dumisa
Ngokukhanya kweZwi lakho.
Mina ng’philela wena,
Uyang’nakekela.
Ng’zozondla ngeZwi,
Ng’kwazi kangcono.
Mdali ngiyak’dumisa
Ngokukhanya kweZwi lakho.
Mina ng’philela wena,
Uyang’nakekela.
Ng’zozondla ngeZwi,
Ng’kwazi kangcono.

