Lingisa Ukholo Lwabo

Singazuza kanjani manje ngokufunda ngamadoda nabesifazane bokholo abaseBhayibhelini?

Ishadi

Ishadi namabalazwe azokusiza ukuba ubone ngeso lengqondo indawo ababehlala kuyo nesikhathi ababephila ngaso laba bantu.

INcwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo

INdikimba Ebusayo inikhuthaza nonke ukuba nizuze ekufundeni nasekutadisheni le ncwadi, uyifunde wedwa nanjengemindeni.

Isethulo

IBhayibheli ligcwele izindaba ezingokoqobo zamadoda nabesifazane. Singazuza kanjani ezibonelweni zabo?

U-ABELA

“Usakhuluma, Nakuba Afa”

Singafunda kanjani ngo-Abela nokholo lwakhe njengoba kukuncane kangaka okushiwo eBhayibhelini ngaye?

UNOWA

“Wahamba NoNkulunkulu Weqiniso”

Yiziphi izinselele uNowa nomkakhe ababhekana nazo ekukhuliseni izingane? Balubonisa kanjani ukholo ngokwakha umkhumbi?

U-ABRAHAMA

“Uyise Wabo Bonke Abanokholo”

U-Abrahama walubonisa kanjani ukholo? Ungathanda ukululingisa ngaziphi izindlela ukholo luka-Abrahama?

URUTHE

“Lapho Uya Khona Ngizoya Khona Nami”

Kungani uRuthe ayezimisele ukushiya umkhaya wakubo nezwe lakubo? Yiziphi izimfanelo azibonisa ezamenza waba igugu kuJehova?

URUTHE

“Owesifazane Ovelele”

Kungani umshado kaRuthe noBhowazi ubalulekile? Singafundani kuRuthe noNawomi ngomkhaya?

UHANA

Wathulula Isifuba Sakhe KuNkulunkulu Ngomthandazo

Ukholo lukaHana kuJehova lwamsiza wakwazi ukuthwala isimo esasibonakala singenathemba.

USAMUWELI

“Waqhubeka Ekhula EnoJehova”

Yini eyayingavamile ngesikhathi sikaSamuweli sobuntwana? Yini eyasiza ukholo lwakhe lwakhula ngesikhathi esetabernakele?

USAMUWELI

Wakhuthazela Naphezu Kwezimo Ezidumazayo

Sonke sehlelwa ubunzima nokudumazeka okubekela inselele ukholo lwethu. Ukukhuthazela kukaSamuweli kusifundisani?

U-ABHIGAYILI

Wenza Ngokukhalipha

Singafundani emshadweni ka-Abhigayili onezinkinga?

U-ELIYA

Walwela Ukukhulekela Okumsulwa

Simngamlingisa kanjani u-Eliya lapho sisebenzelana nalabo abaphikisa okufundiswa iBhayibheli?

U-ELIYA

Waqapha, Walinda

Umprofethi u-Eliya wasibonisa kanjani isimo sengqondo sokuthandaza ebe elinde uJehova ukuba afeze isithembiso sakhe?

U-ELIYA

Wathola Induduzo KuNkulunkulu Wakhe

Iziphi izenzakalo ezaholela u-Eliya ukuba azizwe ephansi kangangokuba acele nokufa?

UJONA

Wafunda Emaphutheni Akhe

Uyamzwela uJona njengoba ayesaba ukwamukela isabelo? Indaba isifundisa izifundo ezibalulekile ngesineke nesihe sikaJehova.

UJONA

Wafunda Isifundo Ngesihe

Indaba kaJona ingasisiza kanjani ukuba sizihlole ngobuqotho?

U-ESTERI

Walwela Abantu BakaNkulunkulu

Ukubonisa uthando lokuzidela njengo-Esteri kudinga ukholo nesibindi.

U-ESTERI

Wenza Ngokuhlakanipha, Wabonisa Isibindi Nokuzidela

Yini u-Esteri ayenza ebonisa ukuzedela kuJehova nakubantu bakubo?

UMARIYA

“Bheka! Incekukazi KaJehova!”

Indlela uMariya asabela ngayo engelosini uGabriyeli yembulani ngokholo lwakhe? Iziphi ezinye izimfanelo ezinhle azibonisa?

UMARIYA

Wafinyelela ‘Iziphetho Enhliziyweni Yakhe’

Lokho uMariya abhekana nakho eBetlehema kwaqinisa ukholo lwakhe ezithembisweni zikaJehova.

UJOSEFA

Wavikela, Wondla, Waphikelela

UJosefa wawuvikela ngaziphi izindlela umkhaya wakhe? Kungani athuthela uMariya noJesu eGibhithe?

UMARTA

“Ngiyakholelwa”

UMarta walubonisa kanjani ukholo olumangalisayo ngisho nasesikhathini sosizi?

UPETRU

Walwa Nokwesaba Nokungabaza

Ukungabaza kungaba ithonya elinamandla, elibulalayo. Nokho uPetru wakunqoba ukwesaba kwakhe nokungabaza ngokuphathelene nokulandela uJesu.

UPETRU

Waba Qotho Lapho Ebhekene Novivinyo

Ukholo lukaPetru nobuqotho bamsiza kanjani ukuba amukele ukulungiswa uJesu?

UPETRU

Wafunda Ukuthethelela ENkosini

Yini uJesu ayifundisa uPetru ngokuthethelela? UJesu wabonisa kanjani ukuthi wayemthethelele uPetru?

Isiphetho

Ungaluqinisa kanjani ukholo lwakho ugcine ithemba lakho licace bha engqondweni?

Okunye Ongase Ukuthande

UKUKHOLELWA KUNKULUNKULU

Lingisa Ukholo Lwabo

Lingisa izibonelo zamadoda nabesifazane abathembekile abaseBhayibhelini, usondele kuNkulunkulu.

AMA-VIDEO

Lingisa Ukholo Lwabo—Amavidiyo

Kulolu chungechunge lwamavidiyo, funda ezibonelweni eziseBhayibhelini zabesilisa nabesifazane abathembekile.