Izintshumayelo Ezisikiselwe
PHAPHAMA!
Umbuzo: Kungani kubalulekile ukuhlela ukuthi uzokwenzenjani uma kuba nenhlekelele?
UmBhalo: IzA 27:12
Okuzohanjiswa: Lo magazini ubonisa lokho okufanele sikwenze ngaphambi kwenhlekelele, phakathi nayo nangemva kwayo.
FUNDISA IQINISO
Umbuzo: Sibonisa kanjani ukuthi siyamthanda uNkulunkulu?
UmBhalo: 1Joh 5:3
Iqiniso: Sibonisa ukuthi siyamthanda uNkulunkulu ngokulalela imiyalo yakhe.
INGABE ABAFILEYO BANGAPHINDE BAPHILE NGEMPELA? (T-35)
Umbuzo: Abantu abaningi abaqotho emhlabeni wonke benza imicimbi yaminyaka yonke ukuze bahloniphe abantu asebafa. Singaba nalo yini ithemba lokuthi singaphinde sibabone abantu esibathandayo asebafa?
UmBhalo: IzE 24:15
Okuzohanjiswa: Leli pheshana libonisa indlela ithemba lovuko elingakuzuzisa ngayo. [Uma izimo zivuma, dlala ividiyo ethi Likhona Yini Ithemba Lokuthi Abafileyo Bazovuswa?]
ZENZELE EYAKHO INTSHUMAYELO
Sebenzisa indlela okuhlelwe ngayo izibonelo ezandulele ukuze uzakhele eyakho intshumayelo yenkonzo yasensimini.