“Amadodana Enu Namadodakazi Enu Ayoprofetha”
AmaKristu agcotshiwe ahlanganyela emsebenzini wokuprofetha. Akhuluma “ngezinto ezinhle kakhulu zikaNkulunkulu” futhi amemezela ‘izindaba ezinhle zoMbuso.’ (IzE 2:11, 17-21; Math 24:14) Ezinye izimvu zibasekela ngokuhlanganyela kulo msebenzi
Kusho ukuthini ‘ukubiza igama likaJehova’?
-
Kusho ukwazi lelo gama
-
Ukulihlonipha
-
Ukuncika kuLowo obizwa ngalelo gama nokumethemba
Zibuze, ‘Ngingabasekela kanjani abagcotshiwe emsebenzini wabo wokuprofetha?’