Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HOSEYA 1-7

UJehova Uyalujabulela Uthando Oluqotho​—⁠Kuthiwani Ngawe?

UJehova Uyalujabulela Uthando Oluqotho​—⁠Kuthiwani Ngawe?

Umuntu ubonisa uthando oluqotho lapho ezibophezele kothile, enamathele kuye futhi ethembekile. UJehova wasebenzisa indaba kaHoseya nomkakhe ongathembekile, uGomere, ukuze afundise isifundo sokuba nothando oluqotho nokuthethelela.—Hos 1:2; 2:7; 3:1-5.

UGomere wabonisa kanjani ukuthi wayengenalo uthando oluqotho?

U-Israyeli wabonisa kanjani ukuthi wayengenalo uthando oluqotho?

UHoseya wabonisa kanjani ukuthi wayenothando oluqotho?

UJehova wabonisa kanjani ukuthi wayenothando oluqotho?

ONGAZINDLA NGAKHO: Ngingambonisa kanjani uJehova ukuthi ngimthanda ngobuqotho?