AmaHubo 131:1-3

  • Ukwaneliseka njengengane eyekiswe ibele

    • Ukungazifuneli izinto ezinkulu kakhulu (1)

INgoma Yokwenyuka. EkaDavide. 131  O Jehova, inhliziyo yami ayizikhukhumezi,Namehlo ami awaqhoshi; +Angizifuneli izinto ezinkulu kakhulu, +Noma izinto ezingaphezu kwamandla ami.   Cha, kodwa ngiwuzolisile futhi ngawuthulisa umphefumulo* wami *+Njengengane eyekiswe ibele egone kunina;Nganelisekile njengengane eyekiswe ibele.   U-Israyeli makalinde uJehova +Kusukela manje kuze kube phakade.

Imibhalo yaphansi

Noma, “ngizizolisile futhi ngathula.”