Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

B12-A

Isonto Lokugcina Lokuphila KukaJesu Emhlabeni (INgxenye 1)

Nisani 8 (ISabatha)

UKUSHONA KWELANGA (Izinsuku zamaJuda ziqala futhi ziphele ekushoneni kwelanga)

  • Ufika eBhethaniya kusasele izinsuku eziyisithupha ngaphambi kwePhasika

UKUPHUMA KWELANGA

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 9

UKUSHONA KWELANGA

  • Udla noSimoni onochoko

  • UMariya ugcoba uJesu ngenadi

  • AmaJuda avakashela uJesu noLazaru

UKUPHUMA KWELANGA

  • Ukungena okubonisa ukunqoba eJerusalema

  • Ufundisa ethempelini

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 10

UKUSHONA KWELANGA

  • Uchitha ubusuku eBhethaniya

UKUPHUMA KWELANGA

  • Uhambo lokuqala oluya eJerusalema

  • Uhlanza ithempeli

  • UJehova ukhuluma esezulwini

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 11

UKUSHONA KWELANGA

UKUPHUMA KWELANGA

  • Ufundisa ethempelini esebenzisa imifanekiso

  • Ulahla abaFarisi

  • Uqaphela umnikelo womfelokazi

  • ENtabeni Yeminqumo, ubikezela ukuwa kweJerusalema bese enikeza uphawu lokuba khona kwakhe esikhathini esizayo

UKUSHONA KWELANGA