A7-D
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni –Inkonzo Enkulu KaJesu EGalile (INgxenye 2)
|
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
|---|---|---|---|---|---|---|
|
31 noma 32 |
EKaperenawume |
UJesu unikeza imifanekiso yoMbuso |
||||
|
OLwandle LwaseGalile |
Uthulisa isivunguvungu esesikebheni |
|||||
|
Esifundeni samaGadara |
Uthumela amademoni ezingulubeni |
|||||
|
Cishe eKapernawume |
Welapha owesifazane onomopho; uvusa indodakazi kaJayiru |
|||||
|
EKapernawume (?) |
Welapha izimpumputhe nezimungulu |
|||||
|
ENazaretha |
Bayamenqaba futhi edolobhaneni lakubo |
|||||
|
EGalile |
Uhambo lwesithathu oluya eGalile; wandisa umsebenzi ngokuthuma abaphostoli |
|||||
|
EThibheriya |
UHerode unquma uJohane uMbhapathizi ikhanda; uyadideka lapho ezwa ngoJesu |
|||||
|
32, sekusondele iPhasika (Joh 6:4) |
Kapernawume (?); iNY-MP yoLwandle LwaseGalile |
Abaphostoli babuya ukuyoshumayela; uJesu unika amadoda angu-5 000 ukudla |
||||
|
iNY-MP yoLwandle LwaseGalile; eGenesaretha |
Bazama ukumenza inkosi uJesu; uhamba phezu kolwandle; welapha abaningi |
|||||
|
EKapernawume |
Uthi ‘uyisinkwa sokuphila’; abaningi bayakhubeka bese behamba |
|||||
|
32, ngemva kwePhasika |
Cishe eKapernawume |
Udalula amasiko abantu |
||||
|
EFenike; eDekapholi |
Welapha indodakazi yowesifazane ongumFenike; upha amadoda angu-4 000 ukudla |
|||||
|
EMagadani |
Ubanika isibonakaliso sikaJona kuphela |

