A7-F
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni –Inkonzo KaJesu Yakamuva EMpumalanga YeJordani
|
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
|---|---|---|---|---|---|---|
|
32, ngemva koMkhosi Wokunikezela |
EBhethaniya ngaphesheya kweJordani |
Uya lapho uJohane ayebhapathizela khona; abaningi baba nokholo kuJesu |
||||
|
EPhereya |
Ufundisa emadolobheni nasemizini, uya ngaseJerusalema |
|||||
|
Ubanxusa ukuba bangene ngomnyango omncane; ukhala ngeJerusalema |
||||||
|
Cishe ePhereya |
Ufundisa ngokuthobeka; imifanekiso: indawo eyayivelele kakhulu nezivakashi ezabeka izaba |
|||||
|
Ukubala izindleko zokuba umfundi |
||||||
|
Imifanekiso: imvu elahlekile, uhlamvu lwemali olulahlekile, indodana elahlekile |
||||||
|
Imifanekiso: umphathi ongalungile, indoda ecebile noLazaru |
||||||
|
Ufundisa ngokukhubeka, ngokuthethelela, nangokholo |
||||||
|
EBhethaniya |
ULazaru uyafa futhi uyavuswa |
|||||
|
EJerusalema; kwa-Efrayimi |
Icebo lokubulala uJesu; uyahamba |
|||||
|
ESamariya; eGalile |
Welapha abayishumi abanochoko; uchaza indlela uMbuso kaNkulunkulu oyofika ngayo |
|||||
|
ESamariya noma eGalile |
Imifanekiso: umfelokazi ophikelelayo, umFarisi nomqoqi wentela |
|||||
|
EPhereya |
Ufundisa ngomshado nangedivosi |
|||||
|
Ubusisa izingane |
||||||
|
Indoda eyisicebi iyabuza; umfanekiso wezisebenzi zasensimini yamagilebhisi neholo elilinganayo |
||||||
|
Cishe ePhereya |
Ubikezela okwesithathu ngokufa kwakhe |
|||||
|
Isicelo sikaJakobe noJohane sokunikwa isikhundla eMbusweni |
||||||
|
EJeriko |
Udlula khona, welapha izimpumputhe ezimbili; uvakashela uZakewu; umfanekiso womina abayishumi |

