IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI EZIBALULEKILE

Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?

IsiZulu
Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?
https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/502015752/univ/art/502015752_univ_sqr_xl.jpg
ijwfg

Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?

Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?

IBhayibheli lithi “liyizwi likaNkulunkulu,” lithi futhi uNkulunkulu ‘akanakuqamba amanga.’ (1 Thesalonika 2:​13; Thithu 1:2) Ingabe kunjalo ngempela, noma ingabe iBhayibheli limane nje liqukethe izinganekwane?