Yini abantu abangayenza ukuze bajabule ekhaya?

Yini abantu abangayenza ukuze bajabule ekhaya?

“Yilowo nalowo kini kumele athande umkakhe njengoba ezithanda yena; ngakolunye uhlangothi, umfazi kufanele amhloniphe ngokujulile umyeni wakhe.”Efesu 5:33.

  • IBhayibheli lithi indoda nomkayo kufanele bathembeke komunye nomunye.Mathewu 19:​4-6.

  • Liphinde lithi izingane ezihloniphayo nezilalela abazali bazo kuyozihambela kahle.Efesu 6:​1-3.

Ukuze uthole okwengeziwe, ngena kuwebusayithi ethi jw.org/zu.