Izinto uJesu azifundisa ziyasisiza yini namuhla?

Izinto uJesu azifundisa ziyasisiza yini namuhla?

“Zonke izinto enifuna abantu bazenze kini, nani kumele nizenze kubo.”Mathewu 7:12.

  • UJesu wafundisa nokuthi singakunciphisa ukukhathazeka uma sigxila kulokho okufanele sikwenze namuhla, singakhathazeki ngokuthi kuzokwenzekani kusasa.Mathewu 6:34.

  • Wafundisa nokuthi sixolele abanye.Mathewu 6:​14, 15.

Ukuze uthole okwengeziwe, ngena kuwebusayithi ethi jw.org/zu.