Buyoke buphele yini ubuhlungu nokuhlupheka?

Buyoke buphele yini ubuhlungu nokuhlupheka?

UNkulunkulu “uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo, ukufa ngeke kusaba khona, noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona.”IsAmbulo 21:4.

  • IBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi izinkinga zethu azibangelwa uNkulunkulu.Jakobe 1:13.

  • Liphinde lisiqinisekise ngokuthi kumphatha kabi uNkulunkulu ukusibona sihlupheka futhi uzokuqeda ukuhlupheka kwethu.IHubo 34:​17-19.

Ukuze uthole okwengeziwe, ngena kuwebusayithi ethi jw.org/zu.