Unyaka ngamunye, oFakazi BakaJehova bakhumbula ukufa kukaJesu ngendlela acela ukuba kwenziwe ngayo. (Luka 22:19, 20) Sikumema ngenhliziyo emhlophe ukuba ube kanye nathi kulesi senzakalo esibalulekile. Uzothola ukuthi ukuphila nokufa kukaJesu kungakuzuzisa kanjani.