Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Isenzakalo Esiyingqopha-mlando Endlunkulu Yomhlaba Wonke

Isenzakalo Esiyingqopha-mlando Endlunkulu Yomhlaba Wonke

Indlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova iyakhiwa eWarwick, eNew York. Kunomsebenzi omkhulu wokwakha owenziwa izisebenzi zokuzithandela eziningi zasezingxenyeni eziningi ze-United States. Lokhu bakwenza ngokuzithandela, ngenkuthalo, ngaphandle kokukhokhelwa futhi bakubheka njengesipho abasinika uNkulunkulu. Bukela leli qembu lifeza izinto ezinkulu!