Ukusiza Umphakathi

UKUSIZA UMPHAKATHI

Ukusiza Intsha Ibhekane Nokuqinelwa Yisiqhwaga Esikoleni

UHugo, oneminyaka engu-10, wathola uMklomelo KaDiana ngokusiza abanye babhekane nokuqinelwa yisiqhwaga. Lo mfana waba kanjani inxusa lokulwa nokuqinelwa yisiqhwaga?

UKUSIZA UMPHAKATHI

Ukusiza Intsha Ibhekane Nokuqinelwa Yisiqhwaga Esikoleni

UHugo, oneminyaka engu-10, wathola uMklomelo KaDiana ngokusiza abanye babhekane nokuqinelwa yisiqhwaga. Lo mfana waba kanjani inxusa lokulwa nokuqinelwa yisiqhwaga?

Ukusiza Izingane Zesikole Ziphumelele EThailand

OFakazi BakaJehova eThailand bakhankasa ukuze basize abafundi baphumelele esikoleni. Bathini abaqondisi bezikole, othisha nabazali?

OFakazi BakaJehova Banconywa Ngokusiza Ngesikhathi Kunezikhukhula EHungary

Umfula iDanube waseHungary wagcwala ngendlela ongakaze ugcwale ngayo. OFakazi BakaJehova eHungary babamba iqhaza emsebenzini wokuvimbela izikhukhula owawuhlelwe yiziphathimandla zendawo.

Ocisha Imililo Usindisa Ukuphila Kwabantu Engekho Emsebenzini

Ilungu leqembu labacisha imililo uSerge Gerardin, onguFakazi kaJehova eFrance, uthatha isinyathelo esiwujuqu engozini futhi usindisa ukuphila.

I-JW.ORG—Yenza Ukuphila Kwabantu Kube Ngcono

Abantu bazo zonke izizinda baveza indlela iseluleko esithile esisekelwe eBhayibhelini esikuyi-jw.org esibasize ngayo ukuba benze ukuphila kwabo kube ngcono.

OFakazi BakaJehova Bahlonishwa Ngokusiza Iziboshwa

Yimuphi umsebenzi oncomekayo oFakazi BakaJehova abangu-9 abawenzela iziboshwa kwesinye sezikhungo zase-Australia ezinkulu zeziboshwa ezivela kwamanye amazwe?

OFakazi BakaJehova Bafundisa Abazali Nezingane Ukuba Bazivikele Kwabanukubeza Ngokocansi

Sekungamashumi eminyaka oFakazi BakaJehova bekhipha futhi besakaza ulwazi olusebenzayo oluthuthukisa ubuhlobo obuhle emindenini.

Ukunqoba Ubandlululo Ngemfundo YeBhayibheli

OFakazi BakaJehova bakholelwa ukuthi zonke izinhlanga ziyalingana emehlweni kaNkulunkulu.

ISiphepho SasePhilippines—Ukholo Lunqoba Ubunzima

Abasinda bachaza okwakwenzeka lapho kugadla iSiphepho Esinamandla uHaiyan.

Izikhukhula E-Alberta

OFakazi BakaJehova babasize kanjani labo ababeyizisulu zesikhukhula e-Alberta, eCanada?

Incwadi Ethi Izindaba ZeBhayibheli Esikoleni

INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli isiza izinkulungwane zezingane zesikole ezikhuluma isiPangasinan ePhilippines. Kanjani?

Kusindiswa Umuntu Ofuna Ukuzibulala ESky Tower

UFakazi KaJehova oneminyaka engu-80 ukholise indoda ethile ukuba ingaziphonsi phansi isuka kuyi-Sky Tower eNew Zealand.

Waphuma Ejele Waba Umuntu Ongcono

UDonald, owayeyisiboshwa, uchaza indlela ukutadisha iBhayibheli okwamsiza ngayo ukuba azi uNkulunkulu, enze izinguquko ekuphileni kwakhe futhi abe umyeni ongcono.

OFakazi BakaJehova Bayaklonyeliswa Ngokuvikela Indawo Abahlala Kuyo

I-Clean Enterprise inikeze oFakazi BakaJehova eMexico isitifiketi okwesikhombisa iminyaka ilandelana ngenxa yezindawo zabo zokunyathelisa.

Ukuguqula Ukuphila Kweziboshwa

OFakazi BakaJehova eSpain batadisha iBhayibheli neziboshwa ezingaba ngu-600. Funda ngendlela lo msebenzi wokufundisa ngeBhayibheli owakuguqula ngayo ukuphila kwesinye isiboshwa.

Ukusiza Iziboshwa

Bheka indlela iqiniso leBhayibheli elizithambisa ngayo izinhliziyo zeziboshwa nelikwenza ngayo ukuphila kwazo ukuba kube ngcono.

Isiqeshana Se-video: Ukusiza Abathintwe ISiphepho USandy​—Ukubonakalisa Uthando Ngezenzo

Bukela umbiko wendlela oFakazi BakaJehova abanakekele ngayo abakhulekeli abakanye nabo kanye nabanye abantu abathintwe isiphepho.

Lapho Kugadla Inhlekelele, Uthando Lusishukumisela Esenzweni

Emazweni amaningi, oFakazi BakaJehova banikeza usizo lapho ludingeka.

Izinkulungwane Zifunda Ukufunda Nokubhala

Funda ngabantu basemazweni ahlukahlukene abaye bazuza emakilasini okufunda ukufunda nokubhala ahlelwa oFakazi BakaJehova.

OFakazi BakaJehova Basiza Iziboshwa Ngokomoya

OFakazi BakaJehova bafinyelela kanjani kulabo abasemajele abafuna usizo olungokomoya?

Basindiswa Sebezozibulala

Izindaba ezingokoqobo ezenzeka kuwo wonke umhlaba ziyasiduduza futhi zisinika ithemba.

“Niyisibonelo Ngempela!”

Ngemva kwesikhukhula esinamandla nokudilika komhlaba e-Italy, izisebenzi zokuzithandela zasusa udaka nemfucumfucu.