Iqiniso likaNkulunkulu litholakala ngezinguqulo eziningana zeBhayibheli, futhi oFakazi BakaJehova basebenzise eziningi zazo kule minyaka eyikhulu edlule. Kungani bezihumushele eyabo inguqulo yeBhayibheli ngesiNgisi sanamuhla? Ube yini umphumela? Bukela i-video ethi Entrusted With Translating “the Sacred Pronouncements of God”—Romans 3:2.