Umsebenzi Wethu Wokunyathelisa
UMSEBENZI WOKUNYATHELISA
Izindaba Ezinhle Ezintabeni Zase-Andes
Abantu basePeru abakhuluma isiQuechua basondela kuJehova ngezincwadi kanye neNguqulo Yezwe Elisha etholakala ngolimi abaluncela ebeleni.
UMSEBENZI WOKUNYATHELISA
Izindaba Ezinhle Ezintabeni Zase-Andes
Abantu basePeru abakhuluma isiQuechua basondela kuJehova ngezincwadi kanye neNguqulo Yezwe Elisha etholakala ngolimi abaluncela ebeleni.
Ukuthuthukisa Uthando Nenhlonipho Ngeqiniso
Noma ubani ofunda izincwadi zethu noma obuka amavidiyo ethu angaqiniseka ngokuthi amaqiniso ahlolisiswe ngokucophelela futhi ayiqiniso
Ukufika Kwe-Nguqulo Yezwe Elisha Ebukeziwe NgeSpanishi
Kwenzeka kanjani ukuba abahumushi bahumushe iBhayibheli elifundwa emhlabeni wonke nakuba igama elilodwa lingaba nezincazelo eziningi?
Ukuhumushela Olimini Lwezandla LwaseQuebec Kusiza Abantu Abaningi Abayizithulu
Kungani kubaluleke kangaka ukuhumushela ezilimini zezandla?
“Yihlomele Ngokuphelele Yonke Imisebenzi Emihle”!
INguqulo Yezwe Elisha ifundeka kalula kodwa futhi imibhalo yasendulo ihunyushwe ngokwethembeka. Okusha okukuyo kuhlanganisa amabalazwe anemibala egqamile, uhlu lwamagama aseBhayibhelini nezithasiselo.
Ukusakazwa Kwezincwadi ZeBhayibheli ECongo
Njalo ngenyanga oFakazi BakaJehova baba sohambweni olumangalisayo behambisa amaBhayibheli nezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini kubantu baseDemocratic Republic of the Congo.
Ukuthatha Izithombe Ezenza Okulotshiwe Kukhange
Abathwebuli bethu bezithombe bazithatha kanjani izithombe ezenza izincwadi zethu nokulotshwe kuzo kukhange?
I-Estonia Iqaphela “Impumelelo Enkulu”
INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele yesi-Estonia ikhethelwe uMklomelo Wonyaka Ka-2014 Wesenzo Esivelele Kwezolimi.
IBhayibheli Elilalelwayo Lamahhala Elinabafundi Abangamakhulu
INguqulo Yezwe Elisha elalelwayo ebukezwe ngo-2013 izofundwa umuntu ohlukile kumlingiswa ngamunye.
Umbukiso Wezithombe—Izingane Ziyawathanda Ama-video
Bona lokho okushiwo izingane ngochungechunge lwama-video eBhayibheli oluthi Yiba Umngane KaJehova, anopopayi uKhwezi noS’mangele.
Ukushumayela Izindaba Ezinhle Ngezilimi Zomdabu Zase-Ireland NaseBrithani
OFakazi benza imizamo ekhethekile yokufinyelela abantu abafunda noma abakhuluma izilimi zomdabu e-Ireland naseBrithani. Bathini abantu?
Ama-video Atholakala Ngamakhulu Ezilimi
I-video ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso itholakala ngezilimi ezingaba ngu-400, ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? itholakale ngezingaphezu kuka-550. Wabukele ngolimi lwakho.
Ukwenza IBhayibheli Elisha
Bona indlela INguqulo Yezwe Elisha eyakhiwa ngayo. Kungani kwachithwa isikhathi, imali eningi kangaka futhi kwenziwa umzamo omkhulu kangaka ukuze kukhishwe leli Bhayibheli elihle?
Umsebenzi Wokuhumusha WoFakazi BakaJehova EMexico NaseMelika Ephakathi
Kungani oFakazi BakaJehova eMexico naseMelika Ephakathi behumushela izincwadi zeBhayibheli ezilimini ezingaphezu kuka-60, ezihlanganisa isiMaya, isiNahuatl nesiLow German?
Ukusiza Izimpumputhe E-Afrika
Abafundi abayizimpumputhe eMalawi bazwakalisa ukubonga ngezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini zeBraille yesiChewa.
IBhayibheli Elingasheshi Ukuguga
INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele yohlelo luka-2013 iyakhanga futhi ayisheshi ukuguga.
Iqembu Labahumushi BeSpanishi AbangoFakazi BakaJehova Lithuthela ESpain
OFakazi BakaJehova baye bahumusha izincwadi zeBhayibheli ngeSpanishi kusukela ngo-1909. Funda okwengeziwe ngomsebenzi wabahumushi beSpanishi.
Ama-video Ajabulisa Inhliziyo
OFakazi BakaJehova benze uchungechunge lwama-video opopayi afundisa izingane izifundo ezibalulekile ngemikhuba emihle nangoNkulunkulu. Ube yini umphumela?
Iminyaka Eyikhulu Yomculo Odumisa UNkulunkulu
OFakazi BakaJehova bawusebenzise kanjani umculo nezingoma ekukhulekeleni kwabo?
Baphathiswe Umsebenzi Wokuhumusha “Amazwi Angcwele KaNkulunkulu”—Roma 3:2
OFakazi BakaJehova basebenzise izinguqulo zeBhayibheli eziningi kule minyaka eyikhulu edlule. Kungani behumushele iBhayibheli esiNgisini sanamuhla?
Umtapo Wezincwadi Ophathwayo
I-JW Library iyi-application yamahhala enezici eziningi eziwusizo ekutadisheni iBhayibheli kanzulu.
Umsebenzi Wokunyathelisa Owenziwa Emhlabeni Wonke—Usiza Abantu Bafunde NgoNkulunkulu
Emhlabeni wonke oFakazi BakaJehova banezikhungo zokunyathelisa ezingu-15 ezinyathelisa izincwadi ezisekelwe eBhayibhelini ngezilimi ezingaphezu kuka-650.
Manje I-jw.org Isifundwa Ngezilimi Ezingaphezu Kuka-300!
OFakazi BakaJehova benza kanjani ukuthi ukwaziswa okuwusizo okuseBhayibhelini kutholakale ngezilimi eziningi kangaka? Ezinye izingosi ezidumile zinezilimi ezingaki?
Bayahlangana Baqophe Umculo
Sekuphele iminyaka engaphezu kuka-40 abadlali bezinsimbi zomculo basemazweni ahlukahlukene bejabulela ithuba lokuhlangana baqophe umculo.
Incwajana Etholakala Ngezilimi Eziningi Efundisa Ngezithombe
Incwajana ethi Lalela UNkulunkulu isize abantu abaningi emhlabeni ukuba bazi uNkulunkulu nesigijimi seBhayibheli. Funda lokho okushiwo abanye ngale ncwajana enhle.
INqabayokulinda Yolimi LwaseGreenland Idunyiswa Kuyithelevishini
Ngo-January 2013, abezindaba eGreenland bamemezela ukuthi sekuyiminyaka engu-40 oFakazi BakaJehova benyathelisa umagazini INqabayokulinda ngolimi lwaseGreenland.
Umshini Oyisimangaliso Onamasondo Angu-400
Bukela indlela umshini wokunyathelisa ogijima ngesivinini esikhulu oye wathuthukiswa ngayo ukuze usike, ubale, futhi upakishe izincwadi zeBhayibheli.
Ukusiza Abafundi Bethu Bakubone Lokho Abafunda Ngakho
Izincwadi eziningi zoFakazi BakaJehova zinezithombe ezinemibalabala ezicacisa lokho okubhaliwe, kodwa ekuqaleni kwakungenjalo.
Ukubona IZwi LikaNkulunkulu Ngolimi Lwami
Bheka indlela abazali abayizithulu abanezingane ezingezona izithulu abazuza ngayo ngokuba neBhayibheli loLimi Lwezandla LwaseMelika.
Isiqeshana Se-video: INqabayokulinda Eyenziwe Lula—Iwusizo Ekufundiseni Izingane
Bheka indlela umkhaya osebenzisa ngayo INqabayokulinda yesiNgisi eyenziwe lula ukuze usize izingane zifunde ngoNkulunkulu.
Isiqeshana Se-video: “Ngiyambonga UJehova Ngokungisiza”
Funda indlela INqabayokulinda yesiNgisi eyenziwe lula eyasiza ngayo indoda ethile ukuba isondele kuJehova uNkulunkulu.
IBhayibheli Le-Braille—“Ngaphandle Kwalo, Bengingeke Ngazi Lutho”
Lalela lokho okushiwo indoda eyimpumputhe ukuthi kuyizuzise kanjani ukuba neBhayibheli le-braille.
“Nansi Indlela”
Lalela ingoma esekelwe emavesini aseZwini likaNkulunkulu iculwa ngezilimi ezingu-8.
INqabayokulinda Eyenziwe Lula Iwusizo Ekufundiseni Izingane EDenmark
Bukela indlela omunye umkhaya eDenmark osebenzisa ngayo INqabayokulinda eyenziwe lula.
Bathola AmaBhayibheli Ngolimi Abaluncela
INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele ingatholwa yinoma ubani ofuna ukuyifunda ngaphandle kwenkokhiso.
Ukuhlangabezana Nesidingo Esikhona SamaBhayibheli
Bukela indlela umnyango wethu onyathelisayo eJapane osiza ngayo ekuhlangabezaneni nesidingo esikhona emhlabeni wonke samaBhayibheli.
IJapane Nayo Isinyathelisa AmaBhayibheli Oqwembe Oluqinile
Kufakwe umshini omusha esakhiweni sokunyathelisa soFakazi BakaJehova eJapane. Funda okwengeziwe ngawo.
UGenesise Manje Usetholakala Ngolimi Lwezandla LwaseMelika
Incwadi yeBhayibheli kaGenesise manje isitholakala ngoLimi Lwezandla LwaseMelika!
Umculo Wezilimi Eziningi
Funda ngezinselele zokuhumusha amagama ezingoma ngezilimi eziningi.
Amakhasi Ambalwa, Izilimi Ezengeziwe
Kusukela ngo-January 2013, omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! bazoba namakhasi ambalwa. Kungani?
Isiqeshana Se-video: INqabayokulinda—Enyatheliswe Kusukela Ngo-1879
Bukela isiqeshana se-video sendlela umagazini osakazwa kabanzi ngayo emhlabeni nobubukeka ngayo eminyakeni edlule.
IBhayibheli Elingamamitha Angu-1,8
Thola ukuthi amaBhayibheli nge-Braille anyatheliswa kanjani ngezilimi eziningi.
INqabayokulinda—Awukho Umagazini Ofana Nalo
Sinyathelisa siphinde sisakaze umagazini INqabayokulinda emhlabeni wonke ngezilimi ezingaphezu kuka-190. Uyini umehluko ngabanye omagazini?
Ukwenza INqabayokulinda Ibe Lula
Saqala ukunyathelisa INqabayokulinda yesiNgisi eyenziwe lula ngo-2011. Thola ukuthi lo magazini ubazuzisa kanjani abafundi bawo emhlabeni wonke.

