Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Germany

Jehovas Zeugen

Am Steinfels 1

65618 SELTERS

GERMANY

+49 6483-41-0

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha amahora amabili

Okuvelele

Ihhovisi legatsha laseNtshonalanga Yurophu eSelters, eJalimane liqondisa umsebenzi wokushumayela e-Austria, eJalimane, eLiechtenstein, eLuxembourg naseSwitzerland. Umbukiso ubonisa umsebenzi wokushumayela kula mazwe aseNtshonalanga Yurophu. Ngaphezu kwalokho, igatsha linyathelisa futhi lihambise izincwadi emabandleni angaphezu kuka-16 000 emazweni angu-51.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.