Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Australia

12-14 Zouch Road

DENHAM COURT NSW 2565

AUSTRALIA

+61 2-9829-5600

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:30 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama. Izikhathi zokuqala zishiyana ngemizuzu engu-30.

Kuthatha ihora.

Sicela uqale ufowne ukuze ubhalise.

Okuvelele

Liqondisa umsebenzi woFakazi BakaJehova wokufundisa ngeBhayibheli e-American Samoa, e-Australia, eCook Islands, eNew Zealand, eNiue, eNorfolk Island, eSamoa, eTimor-Leste naseTonga. Lengamela ukuhunyushelwa kwezincwadi zeBhayibheli ezilimini ezingu-24.

Bona Umbukiso Womlando Ungaqondiswa Muntu

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-5:00 ntambama

Uthatha cishe ihora

Ubonisa intuthuko yomsebenzi wokushumayela e-Australasia.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.