Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

EJapane

NOVEMBER 26, 2014

OFakazi Basiza Abantu Abasinde Ekukhukhulekeni Kodaka EHiroshima

Izimvula ezinamandla eHiroshima zabangela ukuba kukhukhuleke udaka, okwabulala abantu abangaba ngu-74 futhi kwashiya abangaphezu kuka-1 600 bengenamakhaya. Ngokushesha, ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova eJapane lahlela izisebenzi zokuzithandela ukuba zisize ngokukhuculula udoti.