Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

EGermany

JULY 16, 2015

Izikhulu Ziklomelisa Ubaba Nendodana Ngokusiza Ekutakuleni Amadoda Amathathu Emotweni Eshayo

U-Andreas Bonk, ongomunye woFakazi BakaJehova, nendodana yakhe uJorim bathola izindondo ngenxa yesenzo sabo sesibindi nesokuzidela.

SEPTEMBER 12, 2014

ISachsenhausen Yenza Isikhumbuzo Sokuhlonipha OFakazi BakaJehova Ababulawa AmaNazi

Ngo-September 16, 2014, i-Brandenburg Memorials Foundation ikhumbula isenzakalo esenzeka eminyakeni engu-75 edlule sokufa kuka-August Dickmann ekamu lokuhlushwa. Waba umuntu wokuqala ukubulawa amaNazi phakathi neMpi Yezwe II.

APRIL 7, 2014

URichard Rudolph, Owasinda Ekamu Lokuhlushwa, Ushone Eneminyaka Engu-102 EJalimane

URichard Rudolph wakhuthazela iminyaka engu-19 eboshiwe ngaphansi kombuso wamaNazi namaKhomanisi ngenxa yezinkolelo zakhe.