Izisebenzi zokuzithandela ezingoFakazi BakaJehova zenze umsebenzi omkhulu ekulungiseni iStanley Theater, isakhiwo esidala ebesilokhu sisetshenziswa iminyaka engaba ngu-30, kuqhutshelwa kuso imihlangano yamahhala yemfundo yeBhayibheli eJersey City, eNew Jersey.