Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

E-Ukraine

JULY 6, 2015

Umhlangano Okhethekile WoFakazi E-Ukraine Usakazwa Ufinyelele Nasendaweni Ekhungethwe Yimpi

Ngo-February 14, 2015, oFakazi baba nomhlangano okhethekile ukuze kuvuselelwe abakholwa nabo abangu-17000 endaweni ekhungethwe yimpi.

NOVEMBER 21, 2014

Ezamuva: OFakazi BakaJehova Banikeza Usizo Ezinkulungwaneni Zababaleki E-Ukraine

Ihhovisi legatsha loFakazi BakaJehova e-Ukraine liyaqhubeka lihlela futhi linikeza izinkulungwane zoFakazi BakaJehova ababalekele impi empumalanga ne-Ukraine izinto zosizo.

NOVEMBER 11, 2014

Phakathi Nezinxushunxushu E-Ukraine, OFakazi BakaJehova Bahlangana Ngokuthula; Kwakhululwa NeBhayibheli

Njengoba impi yayibhebhetheka empumalanga ye-Ukraine, izinkulungwane zabuthanela eLviv eMhlanganweni onesihloko esithi ‘Qhubekani Nifuna Kuqala UMbuso KaNkulunkulu!’ Kwakhululwa INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele ebukeziwe ngolimi lwesi-Ukraine.