Dlulela kokuphakathi

Izindaba—Okwezintatheli

IVidiyo Ebonisa Iziphathimandla ZaseRussia Zigasela Phakathi Nenkonzo Enokuthula

NgoMeyi 25, 2017, amaphoyisa ahlomile nabe-Federal Security Service (FSB) bagasele phakathi nenkonzo yoFakazi BakaJehova e-Oryol, eRussia.

IVidiyo Ebonisa Iziphathimandla ZaseRussia Zigasela Phakathi Nenkonzo Enokuthula

NgoMeyi 25, 2017, amaphoyisa ahlomile nabe-Federal Security Service (FSB) bagasele phakathi nenkonzo yoFakazi BakaJehova e-Oryol, eRussia.

EMALAWI

Izingane Ezimbili ZoFakazi BakaJehova, Ezazixoshiwe Esikoleni Ngenxa Kanembeza Seziphinde Zabuyiselwa

Abafundi baxoshiwe esikoleni ngenxa yokwenqaba ukucula iculo lesizwe. Abaqondisi besikole babavumele ukuba baphinde babuyele esikoleni.

ERUSSIA

UMongamel’UPutin Uklomelisa OFakazi BakaJehova Ngokukhulisa Kahle Izingane

Emcimbini eKremlin, uMongameli uVladimir Putin wanika uValeriy noTatiana Novik baseKarelia abangoFakazi BakaJehova umklomelo weQembu “Labazali Abanconywayo”

E-UNITED STATES

Umphakathi Ukujabulele Ukubuka INdlunkulu Entsha Yomhlaba Wonke YoFakazi

Okuvelele kulesi senzakalo inani eliphakeme lababekhona kunangesonto elidlule nalokho okushiwo omakhelwane ngesakhiwo esesiphelile.

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

OFakazi Bamemezela Ngochungechunge Lwemihlangano Yesifunda Abazoba Nayo

OFakazi BakaJehova bamema umphakathi ukuba ube khona ochungechungeni lwemihlangano yezinsuku ezintathu onesihloko esithi “Ungayeki!”, oqala ngoMeyi 19, 2017.

EHAITI

Usuzophothulwa Umsebenzi Wokusiza Ngemva Kokugadla KweSiphepho UMatthew EHaiti

Kuhlelwe ukuba umsebenzi wokusiza ezinhlekeleleni uqedwe cishe ngo-Juni 2017

E-ARGENTINA

Kube Nezikhukhula Zemvula Ezidale Umonakalo E-Argentina

Akukho noyedwa uFakazi kaJehova oshonile noma olimele kule nhlekelele ethinte izifundazwe ezingu-13 zase-Argentina.

E-UNITED STATES

Bacela Emakhulwini Amane Abafikile Ukuzobona Indlunkulu Entsha Yomhlaba Wonke YoFakazi BakaJehova

OFakazi bakaJehova babe nosuku lokuqala kwezimbili lapho bameme khona izakhamuzi nabanye, bebabonga ngokubasekela lapho bakha indlunkulu yabo entsha yomhlaba wonke.

ERUSSIA

Usuku Lwesihlanu Lwecala EliseNkantolo Ephakeme YaseRussia: Kubuyekezwa Amacala Abekwe OFakazi Phakathi Neminyaka Eyishumi Edlule

Abameli boMnyango Wezobulungisa eRussisa bahlulekile ukusho izizathu ezingokomthetho eziphathekayo zokuthi kungani befuna kuvalwe iHhovisi Lokuqondisa loFakazi BakaJehova.

ERUSSIA

Kwethulwa Obunye Ubufakazi Ngosuku Lwesine ENkantolo Ephakeme YaseRussia

Abameli boMnyango Wezobulungisa bahlulekile ukunikeza izizathu eziqondile ezingokomthetho zokuvala iHhovisi Lokuqondisa LoFakazi BakaJehova eRussia.

ERUSSIA

Umkhankaso Womhlaba Wonke WoFakazi BakaJehova Wokunqanda Izinsongo Zokuvinjelwa KoFakazi ERussia

IRussia isongela ukuvimbela inkolo yoFakazi ngakho banxusa iziphathimandla ngokusebenzisa umkhankaso womhlaba wonke wokubhala izincwadi. Abathanda ukuhlanganyela kulo mkhankaso bangathola izinqondiso engosini.

IZINDABA ZOMHLABA WONKE

OFakazi Bagxile Ebuqothweni Ochungechungeni Lomhlangano Wesifunda Ka-2016

OFakazi BakaJehova bazobe beqhuba iMihlangano yabo ka-2016 enesihliko esithi “ Hlala Uqotho KuJehova!” emazweni ahlukahulukene emhlabeni wonke. Umphakathi wamukelekile ukuba khona kule mihlangano yezinsuku ezintathu mahhala.

EHUNGARY

IHolocaust Memorial Center EseHungary Yembula Itshe Lokuhlonipha OFakazi Ababulawa AmaNazi

EBudapest Holocaust Memorial Center kwembulwe itshe lokukhumbula oFakazi BakaJehova abane ababulawelwa ukwenqaba ubusosha ngenxa kanembeza ngeMpi Yezwe II.