Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

IZINDABA ZOMTHETHO NAMALUNGELO ABANTU

ETurkmenistan

NOVEMBER 13, 2014

ITurkmenistan Ikhulula OFakazi BakaJehova Ababoshelwe Ukholo Lwabo

Ngo-October 22, 2014, uMongameli uBerdimuhamedov wakhulula ngoshwele oFakazi BakaJehova abangu-8 ababeboshelwe ukholo lwabo eTurkmenistan.

SEPTEMBER 22, 2014

Umama Wengane Uyakhululwa Ejele LaseTurkmenistan

UBibi Rahmanova wakhululwa kungalindelekile ejele ngo-September 2, 2014. Naphezu kokukhalaza komhlaba wonke ngendaba yaleli cala, amajaji awazange awesule amacala amanga.

AUGUST 27, 2014

Umama Womntwana Oneminyaka Emine Ugwetshwa Ngendlela Engenabulungisa ETurkmenistan

ITurkmenistan inomlando omude wokuhlukumeza oFakazi BakaJehova nokubagodlela amalungelo abantu. UBibi Rahmanova nomndeni wakhe bayizisulu zamuva zokuphathwa ngokungenabulungisa yiziphathimandla zaseDashoguz.