Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Izindaba Zomthetho ENingizimu Korea

JULY 7, 2015

Ingabe Amajaji ENingizimu Korea Akulungele Ukwamukela Imithetho Yomhlaba Wonke Yokwenqaba Ubusosha Ngenxa Kanembeza?

INkantolo Yomthetho-sisekelo izophinde ihlole ukwenqaba kweNingizimu Korea ukuqaphela ilungelo lokwenqaba ubusosha ngenxa kanembeza. Umhlaba wonke usilindele ngokulangazela isinqumo.

FEBRUARY 19, 2015

INingizimu Korea Inecala Lokubopha Ngokungafanele Abenqaba Ngenxa Kanembeza Ukuya Ebusosheni

Unyaka nonyaka, iziphathimandla zibopha amakhulu oFakazi abasebasha abenqaba ubusosha ngenxa kanembeza. Kungokwesihlanu iKomiti Yamalungelo Abantu YeZizwe Ezihlangene ithi iNingizimu Korea ayinasisekelo sokwenza kanjalo.

JUNE 16, 2014

Amajaji Ahlushwa Unembeza Lapho Kudingeka Anqume Ngokumelene Nonembeza Babanye

Amajaji aseNingizimu Korea akhathazwa isinqumo esiwujuqu esingenabulungisa sokumangalela nokuboshwa kwabantu abenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza kunokuhlonipha amalungelo abo.