Ngo-November 12, 2014, iNkantolo Ephakeme YaseRussia yasekela isinqumo senkantolo encane sokuvala inhlangano engokomthetho yoFakazi BakaJehova eSamara, eRussia. Uzoba yini umphumela wokuvalwa kwenhlangano engokomthetho yoFakazi? Yini engase yenzeke koFakazi BakaJehova eRussia?