Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

OCTOBER 11, 2013
IZINDABA ZOMHLABA WONKE

I-Application Entsha Yokutadisha IBhayibheli I-JW Library

I-Application Entsha Yokutadisha IBhayibheli I-JW Library

Ngo-October 7, 2013, oFakazi BakaJehova bakhipha i-application yokutadisha iBhayibheli ebizwa ngokuthi i-JW Library. Izosiza labo abayisebenzisayo ukuba bafunde uhlelo lwango-2013 lwe-Nguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele nezinye izinguqulo zeBhayibheli ezinhlanu, ezihlanganisa i-American Standard Version ne-King James Version. Ngokuhamba kwesikhathi kuzoba nendlela yokudawuniloda nokutadisha izincwadi zeBhayibheli, omagazini nezincwajana. I-JW Library itholakala kuyi-iPad®, iPhone®, iPod touch®, nemishini esebenza nge-Android™ 2.3 nezamuva, nama-computer nama-tablet asebenza nge-Windows 8. Maduze kuzoba khona esebenza kuyi-Windows Phone 8.

Media Contact(s):

International: J. R. Brown, Office of Public Information, tel. +1 718 560 5000