Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

EZISANDA KUKHISHWA

EMexico

APRIL 24, 2015

Kukhululwe INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo YamaKristu YesiGreki NgesiTzotzil EMexico

OFakazi BakaJehova bakhulule imiBhalo YamaKristu YesiGreki (“ITestamente Elisha”) ngesiTzotzil, ulimi ngokuyisisekelo olukhulunywa amaNdiya angamaMaya esifundeni sezintaba maphakathi neChiapas.

NOVEMBER 28, 2014

Iziphathimandla ZaseMexico Zibashayele Ihlombe OFakazi Ngokuhlanza Inkundla Yezemidlalo

OFakazi BakaJehova abangaphezu kuka-250 basiza ekuhlanzeni nasekulungiseni inkundla yemidlalo yaseBaldomero ‘Melo’ Almada ngo-June 7, 2014, okwashukumisela iziphathimandla ukuba zibabonge.

JULY 3, 2014

OFakazi Bahlanganyela Embukisweni Wezincwadi Nomagazini WaseMexico City Wango-2014

OFakazi BakaJehova babukisa ngezincwadi zabo ezisekelwe eBhayibhelini nama-video ahlukahlukene e-Expo Publica Book Fair yango-2014.