Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

INQABAYOKULINDA April 2015 | Ungathanda Yini Ukufunda IBhayibheli?

Izigidi zabantu emhlabeni ziyazuza ngokufundelwa iBhayibheli mahhala oFakazi BakaJehova. Bheka indlela lokhu okungakuzuzisa ngayo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Kufanele Ufunde IBhayibheli?

Ingabe wake wathi, ‘Ngimatasa kakhulu’? ‘Angifuni ukuzibopha.’

Ukufunda IBhayibheli Nabantu Bonke

Thola izimpendulo ezivame ukubuzwa ngesifundo seBhayibheli.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Imibuzo Emithathu Eyashintsha Ukuphila Kwami

Efundiswa umfundi wakhe, uDoris Eldred wathola izimpendulo ezanelisayo zemibuzo yakhe ngokuphila.

Ukuthola Umbhalo Wesandla Wasendulo Endaweni Kadoti

Umbhalo wesandla wase-Rylands weVangeli likaJohane uyingxenye yemiBhalo yamaKristu yesiGreki emidala kakhulu kweyake yatholakala.

INGXOXO NOMAKHELWANE

Kungani Kufanele Sikhumbule Ukufa KukaJesu?

Abantu abaningi bagubha ukuzalwa kukaJesu ngoKhisimusi nokuvuswa kwakhe ngama-Easter. Kungani oFakazi BakaJehova bekhumbula ukufa kukaJesu kuphela?

Ingabe Bewazi?

Wawuyini umsebenzi wenduna yekhulu ebuthweni laseRoma? Izibuko zasendulo ngezikhathi zeBhayibheli zihluke kanjani kwezanamuhla?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ingabe uyoke ube khona umphakathi onabantu abathandanayo?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe IBhayibheli Liyincwadi Enemicabango KaNkulunkulu?

Abalobi abaningi beBhayibheli bathi lokho abakuloba kwakuvela kuNkulunkulu. Kungani?