Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INqabayokulinda  |  March 2015

 ISIHLOKO ESIYINHLOKO | UJESU USISINDISA—KUPHI?

Kukhunjulwa Ukufa KukaJesu—Kuphi Futhi Nini?

Kukhunjulwa Ukufa KukaJesu—Kuphi Futhi Nini?

Ngobusuku bangaphambi kokuba afe, uJesu wayala abafundi bakhe ukuba bakhumbule umhlatshelo ayezowenza. Wathi kubo: “Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.”—Luka 22:19.

Kulo nyaka, iSikhumbuzo sokufa kukaJesu sizoba ngo-Lwesihlanu ngomhla ka-April 3. OFakazi BakaJehova bamema wena nomndeni wakho ukuba nizolalela inkulumo ezochaza ukuthi kungani ukufa kukaJesu kubalulekile nokuthi kungakuzuzisa kanjani.