Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

INQABAYOKULINDA April 2013 | Ukuphila Kungaba Nenjongo

UMdali wethu ufuna sithole injongo yangempela ekuphileni. Yini engasisiza ukuba siyithole?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Ukuphila Kungaba Nenjongo Ngempela?

Sidinga ukwazi ukuthi ukuphila kungaba nayo ngempela yini injongo, ikakhulu uma sibhekene nezinkathazo nosizi.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UJesu, Uyindlela Yokuthola Ukuphila Okunenjongo

“Cabanga ngezici ezine ezenza ukuphila kukaJesu kwaba nenjongo.”

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukuphila Okunenjongo—UJesu Usibonisa Indlela Yokukuthola

Izibonelo ezingokoqobo zibonisa ukuthi ukuphila ngamazwi kaJesu aseNtshumayelweni YaseNtabeni kungenza ukuphila kube nenjongo.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila

Naphezu kokuphumelela emculweni, u-Esa wayazi ukuthi ukuphila kwakhe akunanjongo. Thola ukuthi lo mculi wesigqi esinamandla wayithola kanjani injabulo yangempela.

Ingabe Bewazi?

Kungani iNineve lasendulo lalibizwa ngokuthi “umuzi wokuchithwa kwegazi”? Kungani amaJuda asendulo akha uthango lokuvikela ophahleni lwezindlu?

SONDELA KUNKULUNKULU

“Qhubekani Nicela, Niyophiwa”

Hlola imifanekiso emibili kaJesu ekuLuka isahluko 11 echaza indlela ongaqiniseka ngayo ukuthi uNkulunkulu uyayizwa imithandazo yakho.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Wahamba NoNkulunkulu Weqiniso”

Yini esingayifunda kuNowa, kumkakhe nasemndenini wakhe?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

UJehova uNkulunkulu ufuna wazi iqiniso. Uzokusiza ukuba uqonde imiBhalo.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Siyini Isifundo SeBhayibheli?

Thola izimpendulo zemibuzo ephathelene nesimiso sethu sokutadisha iBhayibheli samahhala.