Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Izifundo Engizithole EBhayibhelini

 ABANEMINYAKA EMITHATHU NANGAPHANSI

Izifundo Engizithole EBhayibhelini

Liyana namuhla.

UBuhle uyakhala.

“Angikwazi ukuphumela ngaphandle.

Yini lingayeki ukuna?”

Kodwa ube esemangala!

Nakhu kuvela ilanga.

Imvula isiphelile.

UBuhle useyajabula!

Uyagijima, aphumele

ngaphandle futhi

uyajabula ngalokho

akubonayo.

UBuhle uthi,

“Bengingazi ukuthi imvula

evela kuNkulunkulu yenza

izimbali zikhule!”

IMISEBENZI

Cela ingane yakho ikubonise

  • Ifasitela
  • UBuhle
  • Izimbali
  • Inyoni
  • Isihlahla

Thola izinto ezifihliwe.

  • Inunu
  • Ibhanoyi

Funda izEnzo 14:17. UJehova uyiniselani imvula?