Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO July 2015

Lo magazini uqukethe izihloko ezizofundwa kusukela ngo-August 31 kuya ku-September 27, 2015.

Sebenzela Ukuhlobisa Ipharadesi Elingokomoya

Ingabe ipharadesi elingokomoya liyinto eyodwa nethempeli elingokomoya? Iliphi “ipharadesi” uPawulu alibona “ezulwini lesithathu”?

“Ukukhululwa Kwenu Kuyasondela”!

Isiphi isigijimi esiyoshunyayelwa ngemva kokuqala kosizi olukhulu? Kuyokwenzekani kwabagcotshiweyo phakathi naleso sikhathi?

Hlala Uqotho EMbusweni KaNkulunkulu

AmaKristu angaziqeqesha kanjani ukuba abe qotho kuJehova naseMbusweni wakhe?

Lena Indawo Yethu Yokukhulekela

Singayibonisa kanjani inhlonipho ngezindawo zethu zokukhulekela? Ivelaphi imali yokwakha nokunakekela iHholo LoMbuso?

INDABA YOKUPHILA

Ukukhumbula Uthando Lwami Lokuqala Kuye Kwangisiza Ngakhuthazela

Jabulela ukufunda indaba yokuphila ka-Anthony Morris III, ilungu leNdikimba Ebusayo YoFakazi BakaJehova.