Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

INQABAYOKULINDA
—EFUNDWAYO
June 2015

Lo magazini uqukethe izihloko ezizofundwa kusukela ngo-July 27 kuya ku-August 30, 2015.

UKristu Ungamandla KaNkulunkulu

Izimangaliso zikaJesu azigcinanga ngokuzuzisa abantu ababephila kwa-Israyeli wasendulo, kodwa futhi zazibonisa lokho azokwenzela abantu esikhathini esizayo esiseduze.

Wayebathanda Abantu

Indlela uJesu enza ngayo izimangaliso ibonisani mayelana nendlela azizwa ngayo?

Singahlala Simsulwa

IBhayibheli liveza izinto ezintathu esingasisiza ekulweni nezifiso ezimbi.

“Ninesidingo Sokukhuthazela”

Amalungiselelo amane uJehova asenzele wona angakusiza ukhuthazelele izilingo noma izimo ezinzima.

Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 1

Kungani uJesu aqala lo mthandazo ngokuthi “Baba wethu” kunokuba athi nje “Baba”?

Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 2

Lapho sicela uNkulunkulu ukuba asiphe isinkwa sethu semihla ngemihla, empeleni sisuke singaziceleli thina sodwa ukudla okungokwenyama.