Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO October 2013

Lo magazini uhlola ubufakazi obusendalweni obembula amandla nokuhlakanipha koMdali wethu. Funda nangokuthi singenza kanjani ngokuvumelana nomunye wemithandazo kaJesu yothando.

Bazinikela Ngokuzithandela EPhilippines

Thola ukuthi yini eye yashukumisela abanye ukuba bashiye imisebenzi yabo, bathengise izinto zabo futhi bathuthele ezindaweni ezisemaphandleni ePhilippines.

Indalo Yembula UNkulunkulu Ophilayo

Funda ukuthi singabasiza kanjani abanye ukuba baqonde iqiniso ngoMdali ngesikhathi esifanayo siqinise ukholo lwethu kuye.

“Yibani Izigqila ZikaJehova”

Singakugwema kanjani ukugqilazwa uSathane? Imiphi imivuzo uJehova athembisa ukuyinika izigqila zakhe?

INDABA YOKUPHILA

Ukuncika KuJehova Bekulokhu Kusizuzisa

UMalcolm noGrace Allen sebekhonze uJehova iminyaka engaphezu kwengu-75 umuntu ngamunye. Funda uzwe ukuthi bafunda kanjani ukuthi uJehova ubusisa labo abancika kuye.

Izifundo Esizithola Emthandazweni Olungiselelwe Kahle

Iziphi izifundo esingazifunda emthandazweni wamaLevi? Singenza kanjani ukuze imithandazo yethu ibe nengqondo?

Yenza Ngokuvumelana Nomthandazo Wothando KaJesu

Ngesikhathi ethandaza, uJesu wabeka intando kaJehova kuqala kunezicelo zakhe. Singenza kanjani ngokuvumelana nomthandazo wakhe?

Ungakwenza Yini Okwengeziwe Ukuze Uxwayise Abanye?

Funda ngendlela abanye abaye basebenzisa ngayo wonke amathuba ukuze bafakaze obala lapho benza imisebenzi yabo yansuku zonke.