Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Kulo Magazini we-Phaphama!: Ibhayibheli Lingakuthuthukisa Yini Ukuphila Kwakho?

Kulo Magazini we-Phaphama!: Ibhayibheli Lingakuthuthukisa Yini Ukuphila Kwakho?

 Incwadi Yasendulo Esewusizo Nanamuhla

IBhayibheli lingaphezu nje kokuba incwadi engcwele esitshela indlela okufanele simkhonze ngayo uNkulunkulu. Linezeluleko eziwusizo ekuphileni kwansuku zonke, njengalezi:

  • Indlela yokunakekela impilo yakho

  • Indlela yokunakekela imizwelo yakho

  • Ukuphila komndeni nabangane

  • Indlela yokuphatha imali

  • Ubuhlobo bakho noNkulunkulu

Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni

Sekuyiminyaka iBhayibheli lisiza abantu ukuba baphile kangcono. Namuhla iBhayibheli litholakala ngezilimi eziningi. Thola ukuthi ungazuza kanjani ekuhlakanipheni kwalo.