Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Isethulo

Isethulo

Wonke umuntu useke wehlelwa isimo esibuhlungu ekuphileni​—kungaba ukugula, ingozi, inhlekelele yemvelo, noma isenzo esithile sodlame.

Abantu bafuna izimpendulo.

  • Abanye bakholelwa ukuthi ngeke sikwazi ukugwema ukuhlupheka, noma kuncane kakhulu esingakwenza ukuze silawule okwenzeka ekuphileni kwethu.

  • Abanye bakholelwa kulokho okubizwa nge-karma. Bathi sihlupheka ngenxa yokuthi kukhona okuthile okubi esake sakwenza esikhathini esidlule noma ekuphileni kwethu kwangaphambili.

Ngokuvamile izimo ezibuhlungu zishiya abantu benemibuzo eminingi kunezimpendulo.