Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Okunye Okungasiza Abazali

Okunye Okungasiza Abazali

Kungenzeka uphawulile ukuthi izeluleko ezikulo magazini zithathwe eBhayibhelini. IBhayibheli lineziqondiso ezinhle kakhulu ezisiza umuntu ngamunye emndenini ukuze akujabulele ukuphila. Imithetho ekulo ingathuthukisa indlela umuntu abheka ngayo izinto, imsize akwazi ukwenza izinqumo ezinhle.​—IzAga 1:1-4.

IBHAYIBHELI LIPHENDULA IMIBUZO EBALULEKILE EKUPHILENI, NJENGETHI:

Sikumema ukuba uzihlolele ngokwakho ukuthi iBhayibheli liyiphendula kanjani le mibuzo neminye. Ngena ku-jw.org/zu ukuze ubukele ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?