IBHAYIBHELI LINEZELULEKO ESINGAZETHEMBA ezisiza abashadile, abazali nentsha. Elikushoyo kungathuthukisa indlela esicabanga ngayo nesenza ngayo izinto.—IzAga 1:1-4.

IBHAYIBHELI LIPHENDULA NEMINYE IMIBUZO EBALULEKILE, NJENGETHI:

Sikucela ukuba uhlole iBhayibheli lakho ukuze uthole izimpendulo zale mibuzo neminye. Sicela ubukele ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? Ngena ku-www.jw.org/zu, noma uvule le khodi.