Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

PHAPHAMA! No. 5 2016 | Ingabe UJesu Waba Khona Ngempela?

Ibuphi ubufakazi obukhona emlandweni?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe UJesu Waba Khona Ngempela?

Izazi zasendulo nezanamuhla zithini ngale ndaba?

UKUBUKA OKWEZWE

Ukuhlolisisa Amazwe AseMelika

Ukukhathazeka nobudlova kungezinye zezinkinga ezimbalwa kweziningi amazwe aseMelika abhekene nazo. Ukuhlakanipha okuseBhayibhelini kungasiza?

USIZO LOMNDENI

Ukufundisa Ingane Yakho Ngocansi

Imiyalezo ephathelene nocansi isitholakala kalula ezinganeni ezineminyaka ephansi kakhulu. Yini okufanele uyazi? Yini ongayenza ukuze uvikele izingane zakho?

Isakhi Esimangalisayo

Asikho isakhi esiyikhemikhali esibaluleke ngaphezu kwalesi ekubeni khona kokuphila. Siyini, futhi yini esenza sibaluleke kangaka?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Ukubonga

Ukubonisa le mfanelo kunezinzuzo eziningi. Kungakusiza kanjani futhi ungakuhlakulela kanjani?

EZASENDULO

U-Aristotle

Imibono yalesi sazi sefilosofi sasendulo yazithonya ngokujulile izimfundiso zeLobukholwa.

“Kuyindlela Entsha!”

Ama-video asengosini ethi jw.org akhanga othisha, abeluleki nabanye.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Bonga

Ungakubonisa kanjani ukwazisa kulabo abakwenzela izinto?