Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INQABAYOKULINDA No. 5 2017 | Zikhona Ngempela Yini Izingelosi?

UCABANGANI?

Zikhona ngempela yini izingelosi? IBhayibheli lithi:

“Mbongeni uJehova, nina zingelosi zakhe, eninamandla amakhulu, enifeza izwi lakhe, ngokulalela iphimbo lezwi lakhe.”IHubo 103:20.

Le Nqabayokulinda isibonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngezingelosi nokuthi zingasisiza kanjani ekuphileni kwethu.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izingelosi​—Zingakuthonya Yini Ukuphila Kwakho?

Izindaba ezixoxwa abantu mayelana nezingelosi zenza abanye bakholelwe ukuthi izingelosi zingakuthonya ukuphila kwethu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Iqiniso Ngezingelosi

Ayikho eyenye indawo engcono esingathola kuyo izimpendulo esingazethemba mayelana nezingelosi, ngaphandle kwaseBhayibhelini.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Unengelosi Ehlale Ikugadile?

Ungasho yini ukuthi ingelosi noma izingelosi zizokuvikela?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Zikhona Yini Izingelosi Ezimbi?

IBhayibheli lisinika impendulo ecacile.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Izingelosi Ezingakusiza Ngayo

Izikhathi eziningi uNkulunkulu uye wathumela izingelosi ukuze zisize abantu.

Ingabe Bewazi?

UJesu wayebeyisa yini abangewona amaJuda lapho ethi ‘bayizinjana’?

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngangizitshela Ukuthi UNkulunkulu Akekho

Kwenzeka kanjani ukuba osemusha owakhula ekholelwa ekutheni uNkulunkulu akekho nesebuKhomanisini, agcine eselithanda iBhayibheli?

LINGISA UKHOLO LWABO

UNkulunkulu Wabiza USara Ngokuthi INkosazane

Kungani igama elisha uSara aqanjwa lona lalimfanele?

Lithini IBhayibheli?

Kubonakala sengathi uma nje kusenzeka izinto ezimbi ngeke sihlale singakhathazeki futhi ngeke kube nokuthula emhlabeni. Ziyoke ziphele yini lezi zinkinga?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe Kuyimfuneko Ukuba Ilungu Lenkolo Ehleliwe?

Ingabe umuntu angakwazi ukukhulekela uNkulunkulu ngendlela yakhe?