Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Meyi 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-July 3-30, 2017.

Ukusiza Ababaleki Ukuba ‘Bakhonze UJehova Ngenjabulo’

Singabashumayeza kanjani ababaleki abangakafundi ngoJehova?

Ukusiza Izingane Zababaleki

Uma ungumzali ovela kwelinye izwe, ungazifundisa kanjani kangcono izingane zakho ngoJehova? Abanye bangasiza kanjani?

INDABA YOKUPHILA

Ukuba Yisithulu Akungivimbanga Ukuba Ngifundise Abanye

UWalter Markin uyisithulu, kodwa uyakujabulela ukuphila ekhonza uJehova uNkulunkulu.

Ungaluvumeli Uthando Lwakho Luphole

Amanye amaKristu angekhulu lokuqala aphelelwa uthando ayenalo ekuqaleni. Yini engasisiza siqhubeke sithanda uJehova ngokujulile?

“Uyangithanda Na Ngaphezu Kwalezi?”

UJesu wafundisa uSimoni Petru isifundo esibalulekile ngezinto okufanele zize kuqala. Singafunda yini nathi kuleso sifundo namuhla?

Indlela UGayu Asiza Ngayo Abafowabo

Wayengubani uGayu futhi kungani kufanele silingise isibonelo sakhe?

Ubumnandi Bokuphila Ukuphila Okulula

Yini eyenza omunye umndeni waphila ukuphila okulula? Wakwenza kanjani lokhu? Kungani bejabula ngokwenza leso sinqumo?

EZIVELA EZINQOLOBANENI ZETHU

“Sinentshiseko Nothando Okwengeziwe Ezinhliziyweni Zethu Kunanini Ngaphambili”

Ngemva komhlangano wango-1922 abaFundi BeBhayibheli basabela kanjani esicelweni “sokumemezela iNkosi noMbuso”?